Ukudelela akuzali mpumalelo

Ukudelela akuzali mpumalelo Ukudelela akuzali mpumalelo it about lesson

19/11/2024

Episode 2 iyaqhubeka
mariam👧uyangishela
[umariam nonokubonga bafika la ebahlukana khona umariam wahamba wayakubo wafika wenza umsebenzi wasendlini wa klina wahamba wayokha amanzi.endlini kwakungena muntu umamakhe nobabakhe wayesemsebenzini kanti no Naham wayengakafiki kodwa wathi uma ebuya ukuyokha amanzi emfuleni wamthola sekakhona ]
mariam 👧hau sobuyile kwenzenjani wabuya late
Naham👧akusumqapheli nah bekangihlalise kubo
mariam👧yey yazo unenhlanhla ngoba usathole mina landlini abomama abakabuyi
Naham👧yey nami besengithukele bona
[ngapha kukhabo nokubonga unokubonga uxoxa nomama wakhe ]
Nokubonga👧🏽ayi mama yenza i cebo ngeke ngikhone mina umatiam uhlala aphumelela entweni eyiningi kodwa mina lutho
Hana👩🏽yazi leyangane mele ngiyenzele icebo mele ngiyele lapha kunyanga enkulu noma simthumezele ngabafana bambambe bamdwengule sahluleka lapho sesingaya kunyanga enkulu
Nokubonga👧🏽mama mina ngifuna ukumbona ahlanya angasiyinto yalutho noma elele lapha ayisidumbu ngeke singaphelwa umariam ngapha ushelwa umntwana wenkosi ngapha uyi monittres eklasini ayi mina ngikhathele u mariam ngeke ngiphathwe umariam
Hana👩🏽sizolenza iplan ungakhathazeki kakhulu mntanam
[Kukhabo mariam badla isidlo sakusihlwa.]
sila👩🏻hey zingane zam yazi mangingani xoxela ngobaba wenu mina vele yimi umuntu waye cula kancono
Enoshe👨ayi unamanga wena wawucula kabi wena wawucula ngathi uyolanda imbuzi abayihlabayo
mariam👧 and Naham 👧:🤣🤣🤣🤣🤣🤣
sila👩🏻ningahleki ngiyanitshela
mariam 👧cha kodwa mama thina siyayishaya ingoma noma bangathini
Naham 👧ayy ninamanga thina yithi nje esicula kamnandi baba ngicela ukubuza uyosithengela nini ama phone
enoshe👨:maniphasa umatikuletsheni
Naham👧:ok baba akunankinga
~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~
Episode 3 COMING 🔜WITH SBAHLE ENHLE MANDIMANDE
~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~

19/11/2024

EPISODE 2. 🌹 UMNGANI UBUYE ABE ISITHA SAKHO🌹

[unaham usamangazwa ukhenani ukuthi kungani ambiza ngo sbali.]
Naham👧:why ungibiza ngosbali
khenani👨‍🦲 umariam akakutshelanga
Naham 👧cha niyajola
khenan👨‍🦲i yah siyajola
Naham👧:iqiniso lelo mariam
mariam 👧 cha uyangishela and mina angimfuni
Naham👧ok angizelanga lokho lana khenani vele umariam imonittres
khenani 👨‍🦲yah why
Naham👧 ok kee akunankinga
khenani 👨‍🦲yazi Naham umariam usesiwakho ngiyamthanda and ngiyamuseka kuyoyonke into
[baphazanyiswe umqapheli no peter]
mqapheli 👨🏾‍🦲:we mama wenzani lah soqomile
Naham👧:cha bengizobuza ngosesi wam
mqapheli👨🏾‍🦲:ok ungabilate eklasini
Naham👧 angeke haw
mariam👧 asambethina abanye
[endleleni eya estolo unaham ukhuluma no mariam ]
Naham👧 why ungamqomi ukhenani
mariam 👧ayi sesi mima akakobi ready ukuqoma futhu uyambona ukhenani muhle kanjani uyiplayer
Naham yazi nami sesi ngangizitshela kanjalo ngo mqapheli kodwa ngabona ukuthi akekho njalo ngamnika ithuba sathandana futhi wena uyophila kamnandi ukhenaninuyoba inkosi maduze awujabuleli ukuba indlovu kazi
mariam 👧impilo yobu queeni iyovele izizele noma ngabe ngimdala kangaka nani mina ngisafunda
[kukhale insimbi yokubuyela emaklasini kungene abothisha abahlukahlukene bafundise kuphume isikolo ]
khenani👨‍🦲sphalapha wahamba wedwa
mariam 👧ukuthi ngihamba ngedwa ngihamba ngedwa awuhlangene lapho
khenani 👨‍🦲kodwa sphalaphalala vele uyonginika nini ithuba lokuthi ngikuthandengikuthande mariam ngiyakuthanda futhi angizenzisi
mariam👧khenani angikuthandi
[baphazanyiswe unokubonga angenene phakathi kwabo]
Nokubonga👧🏽sanibonani
bobabili👫yebo sawubona
Nokubonga👧🏽ninjani ngiyaxolisa nginiphazamisile wenake ngakuthuma wahamba ijuba likanowa
mariam👧ayibo ngisuke ngadibana no naham mangiphuma eklasini sahamba saya eklasini lakhe sasesithunywa u thisha wakhe nakhu kee sekathola ukuthi ngiyi monittress sekaya hamba uyobuza u khenani
Nokubonga👧🏽kwenzakalani vele phakathi kwakho no khenani

23/10/2024

continue episode 1

Naham 👧:hello sister
mariam 👧:njn sesi wam
Naham👧:ngyphila kunjani ka grade 12a
mariam 👧kona kumnandi yazi wena kunjani ka 12Clapho
Naham👧kona kumnand nevermind nje kubhora yazi ubani imonitter ne monittress.yenu .
mariam👧yimi imonitter yaseklasini wena ubani imonitter and monittress
Naham👧:unamanga imonittres yase klasini umakhosonke athi ngibuze ukhenani ngoba ufunda mawe plus nangu
mariam👧:(washalazela) ungambuza shemm.
Naham👧:yini washalazela kwenzakalani
mariam👧:lutho
Naham👧ohh
[aqonde kuye ayombuza ]
Naham👧hello khenani
Khenani👨‍🦲yebo sbali

23/10/2024

Episode 1⚘️. Umngani ubuye Abe isthasakho ⚘️.
[Baphazanyiswa ukungena kukathisha.]
Mam👱‍♀️:sanibonani bafundi
Abafundi👨‍👩‍👧‍👧:sawubona thisha
Mam👱‍♀️:ok bafundi isbongosam ngingo wakwa nxumalo ngizonifundisa isizulu grade 12 lana kuseklasini lami ngifuna sibenomthetho othize lana eklasini lam umthetho wokuqala.
•akuvumelekile ukuthi kuphathwe amaphone eklasini
•akuvumelekile ukuthi uma efundisa ukhulume
•qeda umsebenzi wwesikole futhi phendula umbuzo obuzwe wona
okunye nonkuye niyakwazi from grade 1to grade 11
Mam nxumalo👱‍♀️:ok guys lana eklasini kuzomele sibe ne monitter and monitters abazo checker umsebenzi wesikolo kanye no msindo uzophakamisa isandla
SESI👧🏻:🤚igama lami ngingu mary mchunu ngikhetha umariam mkhatshwa
MAM nxumalo 👱‍♀️:ok akunankinga
Bhuti 🧑‍🦲:🤚igama lam ngingu bheki muzi zulu mina ngikhetha u khenani ndlovu.
Mam nxumalo 👱‍♀️:ok abathi bakhetha umariam mkhatshwa no khenani ndlovu abaphakamise izandla
[zaphakama izandla zabaningi ku khenani naku mariam]
Mam👱‍♀️nxumalo:ok abakhetha u nokubonga khumalo no jacob mdletshe abaphakamise izandla
[zaphakama izandla zabancane]

Mamnxumalo👱‍♀️:ok kusho ukuthi umariam mkhatshwa no khenani ndlovu yibo abazoba imonitter and monittress umsebenzi wenu ukubhala abakhulumayo ninike izingane incwadi bese u checker i uniform ukuthi ikanjani iclean nah
[kwakhala insimbi yokuya ekhefini umariam ukhuluma nomngani wakhe okungu nokubonga ]
Nokubonga 👧🏽:ngiyakubongela mngani wam ukuthi ube kulesisikhundla but akufani ngoba ngiyisekela lakho
Mariam 👧:yah ngiyabonga nam unamalini lapho
Nokubonga 👧🏽:ngiphethe i R20 wena
Mariam 👧:ngiphethe i R20nami so ucaba ukuthi siyo thenga ini
Nokubonga 👧🏽:ngicabanga ukuthi manje sthenge ama chips ngoba kusazoba ibreak enkulu . uzoya ukuyothenga noma ngiye
mariam 👧:ayi ngizoya
[unokubonga anike u mariam imali ahambe umariam. endleleni eya estolo adibane no naham usesi wakhe .]

Naham 👧:hello sister
mariam 👧:njn sesi wam
Naham👧:ngyphila kunjani ka grade

23/10/2024

⚘️Igama lami ngingu Mariam mkhatshwa ngineminyaka eyi 19years.ngihlala endaweni yasemakhaya indawo enomthetho kakhulu⚘️. 🔥Kuphilwa ngesakudala.awumngañi umuntu ongakukhethanga eyintombi 🔥.futhi akukho ntombi engawuhambi umhlanga . Ekhaya ngino sesiwam engiyiwele naye Kanye nobhuti wethu omdala kunathi❤️.okumnandi ukuthi mina angikabi ne soka kodwa yena sekanalo . Nginekhono lokuqula nokudansa nokunye okuningi.

1YEAR LATER🌎🌎
1964/01/09

Wednesday

[Ngiqala ibanga lami likamatikuletsheni .sihleli eklasini sinomngani wam .unokubonga khumalo.siyazixoxela nje okungatheni .]

Nokubonga👧🏽:yooh mngani wam awazi ngijabule kanjani njengoba sikuleli ibanga
Mariam:👧:yey ungabe usasho mina nje ngibona ngathi amaphupho ami ayafezeka wonke manje
[Siphazanyiswe abafana ababili.]
Mfana 1🧑‍🦲:sanibonani
Bobabili👩‍❤️‍👩:yebo sanibona
Mfana1👨‍🦲:Igama lami Lady's ngingu khenani ngihamba nomngani wam u Jacob mdletshe
Nokubonga👧🏽:ok siyanizwa singanisiza ngami mhlawumpe
Khenani👩‍🦲 :kahle kahle mina ngizocela nasi isiphalaphala esise seduze kwam😊
Mariam 👧:😳aibo mina bhuti angeke ngikhone
Khenani🧑‍🦲:kanti ilula lento nokubonga ngicela nisinike ispace sethu
[Bavele basukuma unokubonga no Jacob]
Khenani🧑‍🦲:so ntokazi emhlophe njengesihlabathi solwandle ngiyazi ukuthi sise eskolwen mina nawe kodwa ukuthi ube umama wengane zami umuntu engizoshadanaye ngimakhele isithabathaba❤️somuzi umuntu engizogibela naye ibhanoyi inini ntokazi ngikushela kodwa lutho ukungiqoma ntokazi ngicela ungikhulule kulamaketangi engiboshwe kuwo sengisho ama ketang othando❤️phela
Mariam 👧:ngenkulu inhlonipho nokuzithoba khenani ndlovu ngisamila empendulweni yam ukuthi chaa
~~~❤️~~~❤️~~~❤️~~~❤️~~~~~
EPISODE 1 IS COMING 🔜WITH SBAHLE ENHLE UMANDIMANDE ❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~

23/10/2024

sanibonani ninjani ngiyaxolisa ukunyamalala kangaka nayi indaba yam entsha this time angidlali ngiyabhala

Address

Sakhile
Mpumalanga
UKUDELELAAKUZALIMPUMALELO

Telephone

+27727424544

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukudelela akuzali mpumalelo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share